Exams 2011 IsiZulu - SAL - P1 - Feb-March - 2011 - KZN
Exams 2011 IsiZulu - SAL - P1 - Feb-March - 2011 - KZN
Exams 2011 IsiZulu - SAL - P1 - Feb-March - 2011 - KZN
SENIOR CERTIFICATE
IBANGA LE-12
FEBRUWARI/MASHI 2011
KZN
AMAMAKI: 120
IMIYALELO KWABAHLOLWAYO
UMBUZO 1
UPHINDI OPHUMELELAYO
1.1.6 Iyiphi inkinga uPhindi abhekana nayo kulo msebenzi wakhe? (1)
ISIFUNDO SOKUQONDISISA
AMAMAKI ESIQEPHU A: 30
ISIQEPHU B: UKUFINGQA
UMBUZO 2
IMPILO YOSAZIWAYO
Abakwazi ukudla noma yini. Iningi labo kumele ligade ukuthi alikhuluphali. Izintatheli
zithanda ukubhala ngabo emaphepheni zithi usibanibani usephuphile akasakwazi
nokuzinakekela. Osaziwayo abaningi bagcina sebesebenzisa izinto ezahlukene
zokwehlisa isisindo (weight). Abanye baqasha abantu abazobavocavoca (personal
trainers) ukuze bagcine imizimba yabo imihle.
Baphinde babenenkinga yokuthola uthando lweqiniso. Abazi noma uma umuntu ethi
uyamthanda usuke ethanda yena ngempela yini noma uthanda imali yakhe. Lokhu
kwenza izinga lokwahlukaniswa kwemishado kubona libe phezulu kakhulu.
AMAMAKI ESIQEPHU B: 10
UMBUZO 3
UMBUZO 4
4.3 Funda umusho olandelayo bese uwubhala kabusha ube senkathini enikeziwe:
UMBUZO 5
UMBUZO 6
6.1.1 Imisebenzi yakhe emihle ibona yiwo wonke umuntu. (Ukwenziwa). (1)
(2)
UMBUZO 7
UMBUZO 8
8.1 USipho ufike ngemuva kwesikhathi. USipho uhamba kancane. (ngoba) (2)
UMBUZO 9
UMBUZO 10
AMAMAKI ESIQEPHU C: 60
13.5 Bhala igama lesiteshi obekumele kwehle kuso umama ongatholakali. (2)
NOMA
Shandu: (Aphakamise isandla) Kahle Mzizi. Angithi kusho wena wathi abantu
bayaxokozela? Mina ngifuna ukunqanda impi engase ibheduke. Mzizi,
nawe wawukhona abantu belwa. Mina-ke angifuni kuphinde lokho. Akekho
owazuza ngalokho kulwa. Ngizombiza uDuma ngoba ngifuna ukumbuza
imibuzo embalwa bese ngimbonisa.
14.4 Yini inkosi ecabanga ukuyenza ukuze izintatheli ziyeke ukubhala ngayo? (2)
NOMA
Zungu: Usesehlule umakoti Mondise uthi isiko leli akalazi. Angazi-ke ukuthi
nanifundise kanjani kanti?
MaMbatha: Okusixaka du, lo muntu akafuni ukukhuluma. Uvele avuke inja ebomvu.
Okwesibili njengoba ebuya nje useke wazihambela asamazi ukuthi
ushonephi.
NOMA
ILOBOLO – S Zimema
NOMA
1 Sezibuy' inhlazane
2 Sekugqigqwa namagula
3 Sekusikhathi sikleza.
4 Kusesibayeni solwazi
5 Kusengwa amahinikazi
6 Kusengwa izigqala.
7 Kuyaphithizela ubuyaluyalu
8 Ayagcwala amathunga kuyathululwa.
9 Kwabanye ziwakhahlel'egcwele.
10 Kusesibayeni solwazi
11 Sengathi ngumbondo neminjonjo
12 Bazozuza selithambama.
13 Asegcwalisile bayakikizela
14 Sebeyeke imiyeko yokunqoba
15 Imiyeko bayithole sebeqedile.
16 Izehluleki seziyabanyonkoloza
17 Zibabeka izici bengenazo
18 Kuthiwa bayazidla!
19 Sebezizuzele izaqheqhe
20 Abasayikwaphula muntu!
21 Yisinkwa sabo!
17.3 Bhala imvumelwano etholakala kusitanza sokuqala bese usho ukuthi iluhlobo
luni. (2)
17.4 Imigqa yale nkondlo ivulekile. Lokhu kunikeza inkondlo isigqi (esisheshayo/
esinensayo/esimnandi) (2)
AMAMAKI ESIQEPHU D: 20
AMAMAKI ESEWONKE: 120