Jump to content

IsiNcelisi

Mayelana Wikipedia

Mammal_Diversity_2011

Izilwane ezincelisayo iqembu lezilwane ezinomgogodla ezakha isigaba seziNcelisayo (Mammalia), elibonakala ngokuba khona kwezindlala ezingamabele ezikhiqiza ubisi kwabesifazane ukuze bondle (ukuncelisa) izingane zabo, nange- neocortex (isifunda sobuchopho), uboya noma unwele, namathambo amathathu angaphakathi kwendlebe. Lezi zici zizihlukanisa ezihuquzini (nasezinyonini) ezaqebuka kuzo enkathini yomcalahle (Carboniferous), ngaphezu kwezigidi ezingama-300 ezidlule. Iyizi-6,400 imiqhinkqo yezincelisi echazisiwe futhi yahlukaniswa izinhlelo ezingama-29. Izinhlelo ezinkulu, ngokwemimiqhinkqo yazo, iziququdi (rodents), amalulwane (bats), nezi-Eulipotyphla (hedgehogs, moles, shrews, and others). Ezinye ezilandelayo ezibuchophokhulu (Primates) (ezihlanganisa abantu, apes, monkeys, and others), izifananzwane (Artiodactyla) (cetaceans and even-toed ungulates), kanye nezidlanyamaand (Carnivora) (izingobe, izinja, seals, and nezinye).

pFad - Phonifier reborn

Pfad - The Proxy pFad of © 2024 Garber Painting. All rights reserved.

Note: This service is not intended for secure transactions such as banking, social media, email, or purchasing. Use at your own risk. We assume no liability whatsoever for broken pages.


Alternative Proxies:

Alternative Proxy

pFad Proxy

pFad v3 Proxy

pFad v4 Proxy