Afl 1502 Notes
Afl 1502 Notes
Afl 1502 Notes
1. um(u)- (umuntu/um(u)ntwana)
2. aba- (abathakathi)
1. (a) u- (ugogo)
2. (a) o- (ogogo)
3. umu (umuthi)
4. imi- (imizi)
5. ili- (ilitshe)
6. ama- (amazambane)
Izibonelo (examples) …
7. isi- (isisu)
8. izi- (izizwe)
9. in-/im (inkomo/imvu)
10. izin-/izim- (izinja/izimfene)
11. ulu- (uluthi)
12.
13.
14. ubu- (ubuso)
15. uku- (ukufa)
Ubunye nobuningi
Ubunye Ubuningi
12. - -
13. - -
14. ubu- (ubuzwe) -
15. uku- (ukudla) -
Ukwakhiwa kwamabizo amasha
Ibizo nesiphawulo
ubabamkhulu = ubaba + omkhulu
Ibizo nongumnini
umfowabo = umfo + wabo
Ibizo nesenzo
uzinyobulala = izinyo + bulala
Izijobelelo zamabizo
Isabizwana soqobo igama elimele ibizo elikhomba umuntu noma into ethile.
Izabizwana zoqobo ezijwayelekile ilezi ezilandelayo:
yena
mina
bona
zona
yona
thina
Ukusebenza kwesabizwana soqobo
emshweni
Abantu bayahamba ‘people are leaving’
Bona bayahamba
Isibonelo:
umlenze waingane = umlenze wengane
umsebenzi waumphathi = umsebenzi womphathi
Ilifa laindodana = ilifa lendodana
Izibonelo zobumnini (examples)
Ngenhla sike sabalula ukuthi izigaba zamabizo, 16, 17, no 18 nazo sibalwa
ngaphansi kwesilandiso.
Isigaba 16. pha-, no 17. ku-, zona zingena ngaphansi kukandaweni ngoba
zisitshela ngendawo lapho kwenzeka khona isenzo. Isib. phakathi, kubaba.
Isigaba 18. mu-, sona singena ngaphansi kwesandiso sesikhathi ngoba
sisitshela ngesikhathi lapho isenzo senzeka khona. Isib. muva (Akasalidli
ikhekhe muva nje.).
Ukusebenza kwesandiso emshweni