ZHTI 4705 11 May 2025
ZHTI 4705 11 May 2025
ZHTI 4705
11 kuNhlaba kowezi-2025
www.ufs.ac.za
Ukunsininizisa (Alveolarization)
• Ngaphambilini sakhuluma ngokungwaqazisa.
• Namuhla sizokhuluma ngokunsininizisa.
• Ukunsininizisa inguquko evame ukuvela ekwakhiweni kwempambosi
yokwenziwa (Bheka okushiwo UMthembu-Ngema, 2022).
• Ungwaqa ongunsinini (alveolar)[-la; ka; za, sa] uphendula ebe
ngomunye ungwaqa ongunsinini.
• Isibonelo: limala=limaza
• Wela =weza
• Suka=susa
• Vuka=vusa
Ukundebezisa (labialization)
• Ukundebezisa akuvamile futhi akuvumelekile esiZulwini, kodwa
kuyatholakala kwezinye izilimi.
• Uma kwenzeka esiZulwini kusuke kuyisinyathelo esiholela ekulwangiseni.
• Umtapo+ana=umtapwana
• Lokhu akuvumelekile esiZulwini ngoba kulandelana ongwaqa abenza
impimiso ingenzeki kahle.
• Ukundebezisa akuvumelekile esiZulwnini ngoba onkamisa
abalandelanayo baphinyiswa ezindaweni ezifanayo (ezindebeni) kuphela.
• Bophwa=u-ph no-w bawondebembili bobabili (Labials).
• U-p no –w nabo bawondebembili bobabili.
Ukulakazisa (Velarization)
• Nakho ukulakazisa akuvamile ukwenzeka olimini lwesiZulu.
• Kodwakuyinguquko eyenzeka lapho umphinjeni eguquka eba
umalakeni.
• Isibonelo:
• Hamba= inkambo
• Uhazane=izinkazane
• Cathama=catheme
• Lala=lele
• Ake uchaze ukuthi iyiphi indlela yokufundisa ngemisindo esiGabeni sokuMukezela? (bheka
indlelasu yokufundisa ulimi ngokuphelele njengoba kuqakulisa uPace, 1992).
• Yisho ukuthi ungalufundisa kanjani ulimi ngokusabalele nohlelo lwezifundo (njengoba kusho
uMbatha, 2020) ngokwakhela phezu kwale misindo?
1. Ubulimi-kushintshana (translanguaging)
3. Ukuhumusha (translation)
Qikelela ukuthi unyombulula insebenzo yelilodwa lalamasu angenhla, uyilumbanise nokufundiswa kolimi
ngendlela ephelele. Sebenzisa izingcwaningo ezinembayo nokubuyekezwa kwezinqubomgomo
ukwethula lo mqakuliswano.
.
Use the interpretivist epistemological stance to argue for the use of one of the
following multilingual pedagogies in the teaching of language structures and
conventions in multilingual intermediate phase classrooms:
1. Translanguaging
2. Code-switching
3. Translation
4. Code-mixing
5. Plurilingualism